Imvunge Yobungoma Poem Rhyme Scheme and Analysis
Rhyme Scheme: AABC DEAC FGGHA BIJICIK| Ngiyekeleni ngiye kumthuthuzeli wami | A |
| Ngiyekeleni ngiye konothando lwami | A |
| Ngivumeleni ngiye konokunginakekela | B |
| Ngivumeleni ngiyokwembatha Isembatho sami engabelwa sona | C |
| - | |
| Kuyena nginokuthula kwaphakade Ongubo yakhe izongembesa Isembatho Sokuthula noxolo lwaphakade | D |
| Laph'ngingesenakuzwa msindo Omsind'engiyakuwuzwayo kungowemvunge yakhe | E |
| Wona ophumuza ingqondo nokucabanga kwami | A |
| Yilapho ngizoqhakaza khona | C |
| - | |
| Phela yena ungumondli wabaningi | F |
| Intokozo yami ikuye | G |
| Isihluthulelo sempilo yami sikuye | G |
| Laph'usizi lumi ngezinyawo | H |
| Ze ungikhusele siphephelo sami | A |
| - | |
| Phakathi ekujuleni koThukela | B |
| Ngisho ekujuleni kwezilwandlekazi | I |
| Wo Bakithi | J |
| Ngiyiseni ekujuleni kwamanzi | I |
| Kulapho injabulo yami ikhona | C |
| Ngiyekeleni ngiye emanzini abanzi | I |
| Zanele Ngcobo | K |
Nonkululeko Ngcobo
(C) All Rights Reserved. Poem Submitted on 05/19/2019
(1)
Poem topics: , Print This Poem , Rhyme Scheme
About Imvunge Yobungoma
Imvunge Yobungoma is a poem by Nonkululeko Ngcobo. This page includes the poem text, poet information, related topics, comments, and similar poems.
Write your comment about Imvunge Yobungoma poem by Nonkululeko Ngcobo
Best Poems of Nonkululeko Ngcobo
